Big Zulu
Slow Jam Sase Bengville
[Intro: Sjava]
Eshe, eshe
[Verse: Sjava]
Ukhuluma kanjani ngimanxeba nginje?
We ntombi ukhuluma kanjani ngimanxeba nginje?
Ukhuluma kanjani ngimanxeba nginje?
We ntombi ukhuluma kanjani ngimanxeba nginje
We ntombi uyajabula yini mawungi bona ngikhala ngawe?
Uyajabula yini mawubona ngikhala ngawe?
[Chorus: Big Zulu]
Ngoba ngiyilobole kanjani ngoba ingane yakho ayingifuni
Idlala lama khehla, idlala abane mali
Ngoba ngiyi lobole kanjani ngoba ingane yakho ayingifuni
Idlala lama khehla, idlala abane mali
Ngoba ngiyi lobole kanjani ngoba inkani yakho ayingifuni
Idlala lama khehla, idlala abane mali
Ngoba ngiyi lobole kanjani ngoba inkani yakho ayingifuni
Idlala lama khehla, idlala abane mali eningi
[Refrain: Sjava, Big Zulu]
Kuthiwa umama uyakhala ekhaya wemtanami
Kuthiwa ubaba uyakhala ekhaya wemtanami
Hlengiwe ungiphendula kanjani ngikuthanda kanje
Hlengiwe ungiphendula kanjani ngikuthanda kanjе
Kuthiwa umama uyakhala ekhaya wemtanami
Kuthiwa ubaba uyakhala ekhaya wеmtanami
[Outro]
We ntombi ukhuluma kanjani ngimanxeba nginje?