[Intro: Makwa]
Ngabe uzalwa ngubani uzalwa ngubani
Ngoba lelipansula liya k'fila
Ngoba lelipansula liya k'fila
[Bridge: Shwi Nomtekhala]
Yazi uthando luyisiqalekiso umangabe ungenamali ezweni
(Ngathi sisebanzis’ umuthi baba)
Hayi bo
Wamuhle mtanomuntu wena
Dela owazi kini
Dela owazi nabazali bakho ntombi
[Pre-Chorus: Makwa]
WeNu, lovey, mtwanomuntu, awusemuhle
Ngabe uzalwa ubani, zalwa ubani
Ngithi ngiyokbheka mangfika
Ngabe uzalwa ubani, zalwa ubani
Ngoba lelipansula liya k'fila
Ngoba lelipansula liya k'fila
[Chorus: Makwa & Kid-X]
Mele ube intombi yami
Ntombazana lelipansula liyakfila
Mele ube intombi yami
Noma bangathini mina ngyak’dinga
Mele ube intombi yami
Beng’ zofika kodwa maje angina trans
Mele ube intombi yami
Ungijabulisa noma umoya wami uphans
[Verse: Kid X]
You’re the hottest in the city, that's without a doubt
Uzphethe fresh you’re not the type ethanda ukugcwala indawo
Always show up just to show off, then you shut it down
Independent miss could be worth a couple hundred thou’
On my yearly budget uma ungafika upheke ukline uwashe
Uphinde uneke iwashingi, you got every single thing
A man can live to imagine
I’d have had you on my radar for a minute
I’m infatuated with everything about you
You’re a beauty pageant queen wouldn’t sell you dreams
About things I couldn’t guarantee falling in love
I [?] sip a bag with tea, you'd fall head first
Could end up in casualty
I could be boyfriend number two
In case you need a pleasure bae
I’d been all around looking for the right time
Until I ran into a rough diamond
I’m finna change your last name ngikwenze uMahlangu
Senz’abantwana, sofas’lahlane
[Pre-Chorus: Makwa]
WeNu, lovey mtwanomuntu
Awusemuhle
Ngabe uzalwa ubani, zalwa ubani
Ngithi ngiyokbheka mangfika
Ngabe uzalwa ubani, zalwa ubani
Ngoba lelipansula liyakfila, lelipansula liyakfila
[Chorus: Makwa & Kid-X]
Mele ube intombi yami
Ntombazana lelipansula liyakfila
Mele ube intombi yami
Noma bangathini mina ngyak’dinga
Mele ube intombi yami
Beng’ zofika kodwa manje angina trans
Kumele ube intombi yami
Ungijabulisa noma umoya wami uphans
[Verse: Shwi Nomtekhala]
Ngithand' uNoyizwe, wanginik’ uthando
Wangitshel’ ukuthi angizomlanda ngemoto yami kubo
Ngaleso skhathi kanginayo imoto
Ngisaba ukumtshela
Oh, Wena wawungenzenjani?
Akukho moto ekhaya
[Chorus 2: Shwi Nomtekhala]
Yize uthando lwami
Xola nhliziyo yami
Ngoba kangina y’imoto
Yize uthando lwami
Xola nhliziyo yami
Ngoba kangin ay’ imoto
[Post-Chorus: Shwi Nomtekhala]
Uyaz ungumbulali
Wayibulala inhliziyo yami
Wabulala unembeza wami
Xola nhliziyo yami
[Bridge: Shwi Nomtekhala]
Yazi uthando luyisiqalekiso
Umangabe ungenamali ezweni
Hayi bo
Wamuhle mtanomuntu mama
Dela owazi kini
Dela owazi abazali bakho Ntombi
[Outro: Makwa & Kid-X]
Mele ube intombiyami
Beng’ zofika kodwa manje anginatrans
Kumele ube intombiyami
Ungijabulisa noma umoya wami uphans